ISIQEPHU B- UKUFINGQA SECTION B: SUMMARY UMBUZO 2 …
ISIQEPHU B- UKUFINGQA SECTION B: SUMMARY UMBUZO 2 Landela le migomo yokufingqa: 1. Bhala ngamagama wakho- Write in your own words. 2. Bhala ngemisho emihlanu noma eyisithupha, AMAGAMA angama-30-40 Write 5-6 sentences 30-40 words. 3. Bhala ngesiZulu- Write in IsiZulu. 4. Gcina umqondo wendaba- Keep the sense of the story. Konke ofanele ukwazi ngomndeni wezinja (All you have to know about the family of dogs) Impungushe isilwane esidla konke, inyama kanye nokunye okutshalwayo. (Jackals are animals that eat both meat and some things that are planted.) NgesiNgisi, izilwane ezinjalo zibizwa ukuthi omnivore. (In English, animals like that are regarded as omnivores.)Kunesilwane esibizwa nge fox ngesiNgisi okuwuhlotshana lwempungushe (There is an animal called a fox in English which is a type of jackal.) Kuthiwa lezi zimpungushe zifana kakhulu namakati kunezinja (Foxes are said to be more like cats than dogs). Lokhu kungoba ziyakwazi ukubuyisela izinzipho zazo emuva njengamakati nokuthi zibona kangcono ebumnyameni. (This is because they can retract their claws and they can also see better in the dark.) Izimpisi zona izilwane ezidla inyama kuphela (Hyenas are animals which feed on meat only.) Kuthiwa zihlala ngamaqembu, iqembu elilodwa liyakwazi ukuba namalungu angama-80. (They live and hunt in groups, a group can have about 80 members.) Zinamazinyo abukhali ngendlela eyisimanga (They have really sharp teeth.) Izimpisi zidla konke esilwaneni, inyama kanye namathambo aso. (Hyenas eat every part of an animal, their meat and bones included.) Isilwane esibizwa nge-wolf ngesiNgisi siwuhlobo lwempisi. (An animal called a wolf in English is a type of hyena.) Ekugcineni kuba khona izinja lezi esihlala nazo emakhaya esizithandayo, nazo ziba bukhali uma zibona ngathi zehlelwa yingozi. (Lastly, there are dogs we live with at home which we love so much, they also do become dangerous when they feel threatened.) ISAMBA ISIQEPHU B: